Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 36:5 - IsiZulu 2020

5 Simakade, umusa wakho ufinyelela emazulwini, ukwethembeka kwakho kufika emafwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Jehova, ububele bakho bufinyelela ezulwini, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Umusa wakho, Jehova, usezulwini; nokuthembeka kwakho kufinyelela emafwini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 36:5
14 Referans Kwoze  

Ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade, nokwethembeka kwakhe, ezizukulwaneni ngezizukulwane.


ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwamazulu, ukwethembeka kwakho kufinyelela emafini.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.


Ngokuba umusa wakho mkhulu, kuze kube sezulwini, nokwethembeka kwakho, kuze kube semafini.


ukumemezela umusa wakho ekuseni, nokwethembeka kwakho ebusuku,


Ngimemezele ngithi: “Umusa wakho umi ingunaphakade, ukwethembeka kwakho ukuqinise emazulwini.”


Izulu nomhlaba kuyakudlula, kodwa amazwi ami awasoze adlula.


We siqhwaga, uziqhayiselani ngokubi na? Umusa kaNkulunkulu umi njalo.


nakuzo zonke izilwane eziphilayo ezinani: izinyoni zezulu, izilwane ezifuywayo, nazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni enaphuma nazo emkhunjini.


Ngibelulele izandla zami usuku lonke abantu abahlubukayo, abahamba ngendlela engeyinhle nangokwemicabango yabo,


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, yilawa madoda ahlela inkohlakalo, futhi eluleka kulo muzi ngezeluleko ezimbi,


Maye, kulabo abaceba okubi, labo abahlela ukwenza ububi besemibhedeni yabo, kuthi ekuthatheni kokusa bakwenze! Ngokuba kusemandleni ezandla zabo ukwenza lokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite