Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:5 - IsiZulu 2020

5 Mababe njengamakhoba epheshulwa ngumoya; ingelosi kaSimakade ibadudule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Mababe njengamakhoba emoyeni, ingelosi kaJehova ibadudule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Mababe njengamakhoba phambi komoya, ingelosi kaJehova ibaxoshe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:5
12 Referans Kwoze  

Zifana nezibi phambi komoya, namakhoba epheshulwa yisiphepho.


Kodwa isixuku sezitha zakho siyofana nebhuqu elicolisekileyo, noquqaba lwabacindezeli lube njengamakhoba aphephukayo, kwenzeke ngokuphazima kweso.


Ngokukholwa, wamisa iPhasika nokufafaza ngegazi, ukuze umbhubhisi angawathinti amazibulo abo.


Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba engamnikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.


Ngakho-ke bayakuba njengofasimba, bafane namazolo asekuseni eshabalala, nanjengamakhoba epheshulwa ngumoya esibuyeni nentuntu ephuma ngoshimula.


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


Izizwe zihlokomisa okwamanzi amaningi, kodwa uyakuzijezisa, zibalekele kude, zixoshwe njengamakhoba epheshulwa ngumoya ezintabeni, nanjengothuli lupheshulwa yisiphepho.


Kepha abanjalo ababi, kodwa bafana namakhoba apheshulwa ngumoya.


Ingelosi kaNkulunkulu eyayihamba phambi kwempi yabakwa-Israyeli yasuka yaya ngemuva kwabo; nensika yefu eyayihamba phambi kwabo yasuka yaba ngemuva kwabo.


Ngokuba izinsuku zethu zidlula phansi kwentukuthelo, iminyaka yethu iphela ngokuphazima kweso.


Baxoshe ngentukuthelo yakho, ubabhubhise, kungasali namunye phansi kwezulu likaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite