Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:21 - IsiZulu 2020

21 Banginkonkozela kakhulu, bethi: “Ashila, ashila, besivele sibona!”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Yebo, bangikhamisela kakhulu umlomo wabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu liyabona!”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Yebo, bangikhamisela kakhulu imilomo yabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu libonile!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:21
11 Referans Kwoze  

Mabashaqeke ngenxa yehlazo labo abathi kimi: “Ashila, ashila!”


Zingikhamisele imilomo yazo njengebhubesi elibhodlayo nelidwengulayo.


Abathi: “Ashila, ashila!” mababuyele emuva ngenxa yehlazo labo.


ama-Aramu ngasempumalanga, namaFilisti ngasentshonalanga, bamsobozela u-Israyeli ngemilomo yabo. Phezu kwakho konke lokho, ulaka lukaSimakade alukabohli, isandla sakhe sisashaya.


Igama lakho lingikhulule kuzo zonke izinkathazo, iso lami lizibonile izitha zami zinqotshwa.


Ngokuba uNkulunkulu ungishiye ngingavikelekile, wangithobisa, sebenza noma yini abayifisayo kimi.


Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami.


Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo, abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uSimakade.”


Zonke izitha zakho ziyakuhleka, ziyakubhuqa; zikugedlela amazinyo, zithi: “Siligwinyile, impela yilona lolu suku obekukade silulindele, manje silutholile, silubonile.”


uthi kubo: ‘Zwanini izwi leNkosi uSimakade. Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Ngokuba wathi ashila kuyo indlu yami engcwele lapho ingcoliswa, nakulo izwe lakwa-Israyeli ngesikhathi lenziwa incithakalo, nakuyo indlu yakwaJuda lapho beya ekuthunjweni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite