Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:19 - IsiZulu 2020

19 Mazingajabuli ngami izitha zami eziphafuza amanga ngami, nalabo abangizondela ize bacife amehlo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Mabangajabuli ngami abayizitha zami bengenasizathu; mabangaqwayizi amehlo abangizonda ngeze.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abayizitha zami mabangajabuli ngami, bangacwayi abangizondayo ngeze.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:19
19 Referans Kwoze  

Abangizondela ize baningi ukwedlula izinwele ekhanda lami, baningi abafuna ukungibhubhisa; izitha zami zingethwesa icala ngeze. Kumele ngibuyisele engingakwebanga.


Kepha ukuze kugcwaliseke izwi elilotshwe emthethweni wakubo elithi: ‘Bangizonda ngeze.’


ucifa iso, ashuduze ngezinyawo, aqhwebe ngeminwe;


Izitha zami ziphilile, zinamandla, baningi abangizondela ize;


funa isitha sami, sithi: “Ngimehlule.” Nabamelene nami bajabule ngokuba nginqotshiwe.


Ocifa iso udala usizi, kepha osola obala uletha ukuthula.


Ngokuba ngathi: “Labo abazikhukhumeza ngami, mabangajabuli ngami, lapho unyawo lwami lushelela.”


Abangizondela ize, bangizingelisisa okwenyoni.


Izikhulu zingizingela ngaphandle kwesizathu, kodwa inhliziyo yami yesaba izwi lakho.


Bangizungeza ngamazwi enzondo, balwa nami kungekho sizathu.


Kepha ekukhubekeni kwami, babuthana, bahlekisa ngami; ophumasilwe engingabazi bangithelekela, bangishaya bangayeka.


Nkulunkulu wami, ngethembele kuwe; ungavumi ukuba ngihlazeke; izitha zami mazingaqhoshi ngami.


Kungani inhliziyo yakho ikumukisa na? Kungani amehlo akho egcwala intukuthelo,


Sengingawa noma yinini, ubuhlungu bami buphambi kwami, izikhathi zonke.


abaphindisela okuhle ngokubi, bengethwesa icala, ngokuba mina ngenza okulungileyo.


Nkulunkulu, Wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite