Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:15 - IsiZulu 2020

15 Kepha ekukhubekeni kwami, babuthana, bahlekisa ngami; ophumasilwe engingabazi bangithelekela, bangishaya bangayeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kepha ekuweni kwami bahlekisa ngami, babuthana ndawonye; abashayi engingabaziyo bangibunganyela; badumaza bengayeki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kodwa ebunzimeni bami bajabula futhi babuthana ndawonye; bangidwengula futhi abazange bame.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:15
20 Referans Kwoze  

Abanye baqala ukumkhafulela ngamathe, nokumgubuzela ubuso nokumshaya, bethi kuye: “Phrofetha.” Nezikhonzi zamthatha, zammukula.


funa bangidwengule njengengonyama, bangidweshule kungekho ongikhululayo.


aluthokozi ngokungalungile, kodwa luthokozela iqiniso;


Kepha abaJuda benomhawu, baqoqa abantu ababi, baba yisixuku, base bedala isiyaluyalu emzini. Bahlasela indlu kaJasoni befuna ukubakhiphela ngaphandle kubantu.


Ngizwile ukuhleba kwabaningi, bethi: “Luvalo nxazonke. Mmangalele! Masimmangalele!” Bonke abangani bami sebelinde ukuwa kwami. “Mhlawumbe uyakuyengeka, simehlule, siziphindisele kuye.”


Odelela ompofu usola uMenzi wakhe, nothokoza ngengozi akayukuyekwa angajeziswa.


Abahlezi esangweni bakhuluma ngami, izidakwa zihaya ingoma ngami.


Umphefumulo wami uphakathi kwamabhubesi, ngilele phakathi kwabakhafula umlilo, ngisho nabantwana babantu, abamazinyo ayimikhonto nemicibisholo, abalulimi luyinkemba ebukhali.


“Sengathi angavelelwa ngokukhulu, alale angabe esavuka.”


Sengingawa noma yinini, ubuhlungu bami buphambi kwami, izikhathi zonke.


Mabehlelwe yinhlekelele bengazelele, ugibe abangigodlele lona kukhalakathele bona kulo, babhujiswe.


Ngokuba izinja zingihaqile, umgwamanda wabenzi bokubi ungizungezile. Izandla nezinyawo zami bazibhobozile.


“Uma ngithokozile ngengozi eyehlele ongizondayo, ngatshakadula ngenxa yokuba ehlelwe ngokubi,


Ulaka lwakhe luyadwengula, luyangisibekela, ungiququdela amazinyo, isitha sami singihlahlela amehlo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite