Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:12 - IsiZulu 2020

12 Okuhle engikwenzile bakubuyisela ngokubi, inhliziyo yami bayiswabisile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Bangiphindisela okubi ngokuhle; umphefumulo wami bawusozisele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Babuyisela ububi bami ngokuhle, bachitha umphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:12
14 Referans Kwoze  

UJesu wathi kubo: “Nginikhombisile imisebenzi eminingi emihle evela kuBaba; yiwona muphi eningikhandela wona ngamatshe na?”


Okuhle kuyaphindiselwa yini ngokubi na? Nokho bangimbele umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kobuso bakho; ngakhuluma okuhle ngabo, nokunqanda ulaka lwakho kubo.


abaphindisela okuhle ngokubi, bengethwesa icala, ngokuba mina ngenza okulungileyo.


Ophindisela okuhle ngokubi, ububi abuyukusuka endlini yakhe.


USawule wathumela izithunywa ukuba ziyombona uDavide, wathi: “Mkhuphuleni nimlethe lapha kimi ngombhede ukuze ngimbulale.”


UDavide wayethe: “Impela konke kuyize ukuthi mina ngakuvikela konke lo muntu anakho, manje usengibonga ngokwenza into embi kanje kimi.


UHanuni wayesezibamba izinceku zikaDavide, waziphuca amakhanda nezilevu, wasika izingubo zazo kwaze kwaba sezinqeni, wayesezikhomba indlela.


Simakade, ungangishiyi, Nkulunkulu wami ungabi kude nami.


Ngikhala kuwe Simakade, ngithi: “Wena uyisiphephelo sami nesabelo sami ezweni labaphilayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite