Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 33:9 - IsiZulu 2020

9 Ngokuba wakhuluma, kwaba khona, wayaleza, kwama, kwagxila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngokuba wakhuluma, kwaba khona; wayaleza, kwema khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngokuba wakhuluma, kwaba; wayala, yaqhubeka imile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 33:9
11 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya.” Kwaba khona ukukhanya.


Ngezwi nangomoya womlomo kaSimakade, kwadalwa amazulu namabandla wonke.


“Ufanele Wena Nkosi noNkulunkulu wethu ukwemukela inkazimulo nodumo namandla, ngokuba wadala izinto zonke, futhi zonke zikhona, zadalwa, ngokuthanda kwakho.”


Ngokukholwa, siqonda ukuthi umhlaba wadalwa ngezwi likaNkulunkulu, kwaze kwathi kulokho okungabonakaliyo kwavela okubonakalayo.


Yona ethi ingukubengezela kwenkazimulo yakhe futhi ifuze Yena luqobo, iphasa konke ngezwi lamandla ayo. Ithe seyenzile ukuhlanzwa kwezono, yahlala ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu.


Ubufakazi bakho buqinisekile impela. Simakade, ubungcwele buyifanele indlu yakho kuze kube phakade.


Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba.


Kukhona yini ongahlela bese enza akuhlelile, uma iNkosi ingakuvumelanga na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite