Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 33:22 - IsiZulu 2020

22 Simakade, umusa wakho mawehlele phezu kwethu, njengalokhu sithemba Wena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Umusa wakho, Jehova, mawube phezu kwethu, njengalokhu sithemba wena.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Umusa wakho, Jehova, mawube phezu kwethu, njengoba sithembele kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 33:22
7 Referans Kwoze  

Kepha mina ngethembele emseni wakho, inhliziyo yami mayethabe ngensindiso yakho.


Umusa wakho mawube yinduduzo encekwini yakho, ngokwezwi lakho.


Wayesethinta amehlo azo, wathi: “Makwenzeke kini njengokukholwa kwenu.”


Khumbula izwi owalisho encekwini yakho, owangenza ngalo ngaba nethemba.


Ziningi izinhlupheko zababi, kodwa umusa uyamhaqa owethemba uSimakade.


Simakade, yiba nomusa kithi, thina sikulindile Wena. Yiba yingalo yethu enamandla njalo ekuseni, nomhlengi wethu, ngesikhathi sokuhlupheka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite