Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 33:21 - IsiZulu 2020

21 Inhliziyo yethu ithokozile ngaye, ngoba sethemba igama lakhe elingcwele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngalokho inhliziyo yethu ithokoza ngaye, ngokuba sithemba igama lakhe elingcwele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba inhliziyo yethu iyakuthokoza ngaye, ngokuba sithemba igama lakhe elingcwele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 33:21
11 Referans Kwoze  

Kepha mina ngethembele emseni wakho, inhliziyo yami mayethabe ngensindiso yakho.


Abakwa-Efrayimi bayakuba njengamaqhawe; inhliziyo yabo ithokoze sengathi kungenxa yewayini. Abantwana babo bayakukubona lokho bajabule; inhliziyo yabo ithokoze ngoSimakade.


Kwakukhona nezidalwa ezine, yileso naleso kuzo sinamaphiko ayisithupha. Nhlangothi zonke nangaphakathi zigcwele amehlo, zingakhawuli imini nobusuku ukuthi: “Ingcwele, ingcwele, ingcwele, iNkosi uNkulunkulu uSomandla owayekhona nokhona nozayo.”


Nani-ke nilusizi manje, kodwa ngiyakubuye nginibone, inhliziyo yenu ithokoze; futhi akekho onganephuca intokozo yenu.


Kuyothiwa ngalolo lusuku: “Bheka, lo unguNkulunkulu wethu; simlindele, futhi uyakusisindisa, sisinde. Masijabule, sithokoze ngensindiso yakhe.”


USimakade ungamandla ami, nesihlangu sami, inhliziyo yami yethembele kuye, yingakho ngisizakele, inhliziyo yami iyethaba. Ngizomdumisa ngehubo lami.


Gabani ngegama lakhe elingcwele; mazithokoze izinhliziyo zabafuna uSimakade.


Yishoni nithi: “Sisindise Nkulunkulu wensindiso yethu, usiqoqe, usihlenge kwabezizwe, ukuze sidumise igama lakho elingcwele, sithokoze ekukudumiseni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite