Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 31:10 - IsiZulu 2020

10 Ngokuba ukuphila kwami kuphelela osizini, neminyaka yami ekububuleni; amandla ami aphelile ngokona kwami, namathambo ami ancunzekile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngokuba ukuphila kwami kuphelela osizini, neminyaka yami ekububuleni; amandla ami aphelile ngokona kwami, namathambo ami ancunzekile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngokuba ukuphila kwami kunosizi neminyaka yami ngokububula; amandla ami aphelile ngobubi bami, namathambo ami aphelile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 31:10
12 Referans Kwoze  

Kusukela ebusheni bami ngihluphekile, ngaba ngofayo, ngathwala ukwesabeka kwakho, ngaphela.


Akukho ukuphila emzimbeni wami, ngenxa yentukuthelo yakho; amathambo ami awanampilo, ngenxa yesono sami.


ukuthi nginosizi olukhulu nobuhlungu obungapheliyo enhliziyweni yami,


Ngakho-ke izinsuku zabo waziqeda njengomoya, neminyaka yabo, ngokwesaba.


Umuntu uyamjezisa ngenxa yesono sakhe, lokho okuligugu kuye, ukudla njengobuvunya, kuphele nya, wonke umuntu ungumoya nje. Sela


Kuyoze kube nini ngithwele ubuhlungu emphefumulweni wami, nosizi enhliziyweni yami, usuku lonke na? Kuyoze kube nini isitha singiqonela na?


Ukugquma kimi sekufana nokudla, nokububula kwami kuphophoza njengamanzi.


Ungangilahli ngesikhathi sobudala, ungangishiyi lapho sengiluphele,


Sukani kimi nina nonke enenza okubi, ngokuba uSimakade ulizwile izwi lokukhala kwami.


Ngizwe Simakade, lapho ngikunxusa, ube nomusa kimi, ungiphendule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite