Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 30:9 - IsiZulu 2020

9 “Kunanzuzoni ukufa kwami, lapho ngishona phansi egodini na? Ngabe uthuli luzokudumisa yini na? Ngabe luzokhuluma ngokwethembeka kwakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Kukhona nzuzoni egazini lami nasekushoneni kwami egebeni na? Uthuli luzakukudumisa yini, lushumayele iqiniso lakho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kunanzuzoni egazini lami, uma ngehlela emgodini na? Ingabe uthuli luyokudumisa? ingabe izomemezela iqiniso Lakho?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 30:9
7 Referans Kwoze  

Akukho ukukhumbula Wena kwelabafileyo; ngubani oyakukubonga endaweni yabafileyo na?


Ngokuba indawo yabafileyo ayinakukubonga, nokufa akunakukudumisa; abehlela egodini abanakuthembela ekulungeni kwakho.


Noma yini isandla sakho esiyitholayo yenze ngamandla akho wonke, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Angizukufa; ngizophila, ngishumayele ngemisebenzi kaSimakade.


Ngakhala kuye, nginxusa, ukudumisa kwakusolimini lwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite