Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 3:2 - IsiZulu 2020

2 Baningi abathi ngami: “Akukho ukukhululwa kwakhe kuNkulunkulu.” Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Baningi abathi emphefumulweni wami: “Akukho ukusinda kwakhe kuNkulunkulu.” Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Baningi abathi ngomphefumulo wami: Akakho ukusindiswa kwakhe kuNkulunkulu. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 3:2
14 Referans Kwoze  

bathi: “UNkulunkulu umshiyile; mxosheni, nimbambe, ngokuba akekho ongamkhulula.”


Izinyembezi zami zingukudla kwami imini nobusuku, ngokuba usuku lonke bathi kimi: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Kunjengokuphohlozwa kwamathambo ami, nxa izitha zami zingiklolodela, zithi kimi usuku lonke: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Bonke abangibonayo bayangibhinqa, banginkonkozele, banikine amakhanda,


Thukuthelani, kodwa ningoni; zindlani enhliziyweni yenu, embhedeni wenu, nithule. Sela


Uphumele ukusindiswa kwabantu bakho, ukusindiswa kogcotshiweyo wakho; uphohloza umholi endlini yababi, umhlubule kusukela phansi kuze kube sentanyeni. Sela


Umnsalo wakho usulungile, uvele obala, ubize imicibisholo emgodleni, wadabula umhlaba ngemifula. Sela


UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele uphuma entabeni iPharanu.Sela Inkazimulo yakhe isibekela amazulu, udumo lwakhe lugcwele umhlaba.


Madodana abantu, kuyoze kube nini nithunaza isithunzi sami na? Kuyoze kube nini nithanda okuyize, nifuna okungamanga na? Sela


Insindiso ingekaSimakade; isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela


Ngakhala kuSimakade ngezwi lami; wangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela


Ukuba uSimakade ebengenathi, lapho sivukelwa ngabantu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite