Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 29:2 - IsiZulu 2020

2 Mnikeni uSimakade udumo olufanele igama lakhe, mdumiseni uSimakade ebukhazikhazini bakhe obungcwele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Mnikeni uJehova udumo lwegama lakhe, nikhuleke kuJehova emvunulweni engcwele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Mnikeni uJehova udumo lwegama lakhe; khonza uJehova ebuhleni bobungcwele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 29:2
11 Referans Kwoze  

Abantu bakho bayokuza kuwe, behlobe ngemvunulo engcwele, bayovela njengombethe entathakusa.


ngokuba Wena Simakade ungoPhezu kwawo wonke umhlaba, uphakeme kakhulu, ngaphezu kwabo bonke onkulunkulu.


Kukodwa zwi engikucela kuSimakade, yilokhu nje engizimisele ukukwenza: ukuba ngihlale endlini kaSimakade zonke izinsuku zokuphila kwami, ngibuke ubuhle bukaSimakade, ngizindle ngisendlini yakhe.


Eselulekene nabantu, wabeka abayakuhlabelela kuSimakade bevunule ngobungcwele, behamba phambi kwamabutho, bethi: “Bongani uSimakade, ngokuba umusa wakhe umi phakade.”


Umusa weNkosi, uNkulunkulu wethu, mawube phezu kwethu, imisebenzi yezandla zethu ichume, yisimamise imisebenzi yezandla zethu.


Udumo nobukhosi kusebusweni bakhe, amandla nenkazimulo kusendlini yakhe engcwele.


Mnikeni uSimakade uNkulunkulu wenu udumo, engakabulethi ubumnyama, zingakakhubeki izinyawo zenu ezintabeni zokuhwalala, niyokuthi nisabheke ukukhanya akuphendule ithunzi lokufa, akwenze kube yisigayegaye sobumnyama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite