Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 26:4 - IsiZulu 2020

4 Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Angihlalanga nabantu abayize, futhi angiyikungena nabakhohlisi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 26:4
11 Referans Kwoze  

Angihlalanga emhlanganweni wabahlekayo, futhi angizange ngithokoze; ngahlala ngedwa ngenxa yobunzima besandla sakho, ngokuba ungigcwalise ngentukuthelo.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeseluleko sababi, ongemi endleleni yezoni, ongabi mdibi munye nabaklolodayo,


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.


Sukani kimi, nina enenza okubi, ngokuba mina ngizoyigcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Ngakho-ke: “Phumani phakathi kwabo, nehlukane nabo,” kusho iNkosi. “Ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,


Ngingumngani wabo bonke abakwesabayo, abagcina iziyalezo zakho.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Olima insimu yakhe uyodla asuthe, kodwa olandela amayiyane akanangqondo.


Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


“Uma ngihambe ngokukhohlakala, nonyawo lwami lusheshile ukuya enkohlakalweni,


Ngiyakuziqhelelanisa nenhliziyo edukileyo, omubi angiyukumnaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite