Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 25:11 - IsiZulu 2020

11 Simakade, ngenxa yegama lakho ngithethelele isiphambeko sami, ngokuba sikhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngenxa yegama lakho, Jehova, ngithethelele ukona kwami, ngokuba kukhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngenxa yegama lakho, Jehova, thethelela ububi bami; ngoba inkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 25:11
14 Referans Kwoze  

Sisize, Nkulunkulu wensindiso yethu, ngenxa yenkazimulo yegama lakho, usikhulule, usithethelele izono zethu ngenxa yegama lakho.


Ngilobela nina bantwanyana, ngokuba nithethelelwe izono ngenxa yegama lakhe.


Impela Wena uyidwala lami nenqaba yami; ngenxa yegama lakho uyangihola, ungiqondise.


“Mina, Mina nginguye owesula iziphambeko zakho ngenxa yami; angiyukuzikhumbula izono zakho.


Kepha isipho somusa asinjengesiphambeko, ngokuba uma ngesiphambeko samuntu munye kwafa abaningi; ikakhulu kwanda kwabaningi umusa nesipho sikaNkulunkulu, ngomusa wamuntu munye, uJesu Khristu.


“Ngalokho yisho kuyo indlu yakwa-Israyeli, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Angikwenzi lokhu ngenxa yenu nina ndlu yakwa-Israyeli, kepha ngenxa yegama lami elingcwele enilihlambalazileyo ezizweni, lapho benikade nikhona.


Ngakwenza lokho ngenxa yegama lami ukuba lingangcoliswa phambi kwezizwe ababephakathi kwazo, engazazisa kuzo bebuka, ngokubakhipha eGibhithe.


Ngenxa yeGama lami, ngiyoyilibazisa intukuthelo yami; nangenxa yodumo lwami, ngizakuyibambela wena, ukuze ngingakunqumi.


Kepha Wena Simakade, Nkosi yami, ngiphathe ngomusa ngenxa yegama lakho, njengokuba umusa wakho ulungile, ngisindise.


Simakade, ngiphilise ngenxa yegama lakho, ngokulunga kwakho uwukhiphe umphefumulo wami ekuhluphekeni.


ogcina umusa kubo abayizinkulungwane, athethelele ububi neziphambeko nezono, nokho ongayukumyeka engamjezisanga onecala, ohambela ububi babazali kubantwana, nakubantwana babantwana, kuze kube yisizukulwane sesithathu nesesine.”


Simakade, nakuba izono zethu zifakaza ngathi, kodwa yenza okuthile, ngenxa yegama lakho, ngokuba ukuhlubuka kwethu kukhulu; sonile kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite