Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:4 - IsiZulu 2020

4 Okhokho bethu bethembela kuwe; bakwethemba, Wena wabakhulula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Obaba bethu babekwethemba; babethemba, wena wabakhulula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Okhokho bethu bathembela kuwe: bathemba, wena wabasindisa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:4
10 Referans Kwoze  

U-Israyeli wawabona amandla amakhulu abonakaliswa nguSimakade phezu kwabaseGibhithe, abantu bakholwa nguSimakade nayinceku yakhe uMose.


Yayisithi kuye: “Awusezukubizwa ngokuthi unguJakobe, usuzobizwa ngokuthi ungu-Israyeli, ngokuba ulwe noNkulunkulu nabantu, wanqoba.”


U-Abhrama wakholwa ngokwashiwo nguSimakade, ngenxa yalokho uSimakade wakubalela kuye kwaba ngukulunga.


Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite