Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:20 - IsiZulu 2020

20 Hlenga umphefumulo wami enkembeni, impilo yami, esidladleni senja.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Sindisa umphefumulo wami enkembeni, ukuphila kwami emandleni ezinja.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Sindisa umphefumulo wami enkembeni; sithandwa sami emandleni enja.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:20
7 Referans Kwoze  

Nkosi kuyoze kube nini ubukela na? Sindisa impilo yami ebudloveni babo, ukuphila kwami emabhubesini!


“Vuka nkemba, umelane nomelusi wami, umelane nomuntu ongumgani wami. Shaya umelusi, ukuze kuhlakazeke izimvu, ngiyakuphendulela isandla sami kumawundlu,” kusho uSimakade Wamabandla.


Yima ngomumo, Simakade, ubhekane nazo, ziqumbe phansi. Sindisa umphefumulo wami ngenkemba yakho,


Simakade, Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile lokho, uma kukhona ukungalungi ezandleni zami,


Mabajabhe, babe namahloni bonke abafuna umphefumulo wami ukuba bawubhubhise, abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.


Sondela kuwo umphefumulo wami, uwuhlenge, ngikhulule ngenxa yezitha zami.


Abazingela umphefumulo wami mabathelwe ngehlazo, bahlazeke. Nalabo abafuna ukungenzakalisa, mababuyiselwe emuva bejabhisiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite