Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:19 - IsiZulu 2020

19 Kepha Wena Simakade, mawungabi kude, Wena mandla ami, shesha ungisize.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha wena Jehova mawungabi kude, wena mandla ami, shesha ungisize.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa ungabi khatshana lami, O Jehova, mandla ami, shesha ungisize.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:19
8 Referans Kwoze  

Ungabi kude nami, ngokuba inhlupheko iseduze, akekho ongisizayo.


Noma ngihlupheka, ngintula, iNkosi iyanginaka, Wena ungumsizi wami nomsindisi wami, Nkulunkulu wami, mawungalibali.


Makuthandeke kuwe Simakade ukuba ungikhulule. Simakade, mawuphuthume ungisize.


Simakade, inkosi iyethaba ngamandla akho; ithokoza kakhulu ngokuyihlenga kwakho.


Simakade, kungani umele kude na? Uzifihlelani ngezikhathi zokuhlupheka na?


Kepha mina ngimpofu futhi ngiyantula, phuthuma ungisize, Nkulunkulu! Ulusizo lwami nomkhululi wami. Simakade, ungalibali.


Ngiyakuthanda, Simakade, ongamandla ami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite