Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:17 - IsiZulu 2020

17 Sengingawabala wonke amathambo ami. Bangigqolozela, beklibhiza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngingabala onke amathambo ami; bayabukela, bangibuke bengiklibhizela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngiyakwazi ukuwabala onke amathambo ami; bayangibona, bangigqolozele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:17
8 Referans Kwoze  

Abantu bema, bebukela, kanti ababusi babemklolodela, bethi: “Wasindisa abanye; makazisindise Yena, uma enguKhristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.”


Kwakulandela isixuku esikhulu, kukhona nabesifazane ababemkhalela, bekhihla isililo.


Njengalokhu babebaningi abamangala ngayo, ubuso bayo babonakele kunobabantu, nesimo sayo, kunesamadodana abantu;


Umzimba wakhe uyancunzeka, uphele emehlweni, amathambo akhe akade engabonakali ahlale obala.


ayesehlala lapho, amqapha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite