Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:13 - IsiZulu 2020

13 Zingikhamisele imilomo yazo njengebhubesi elibhodlayo nelidwengulayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Zingikhamisele umlomo wazo njengengonyama edwengulayo nebhodlayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Zangikhamisela imilomo yazo njengengonyama edwengulayo nebhodlayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:13
13 Referans Kwoze  

Zithibeni, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo, sifuna esingamdwengula.


Banginkonkozela kakhulu, bethi: “Ashila, ashila, besivele sibona!”


“Zonke izitha zethu ziyasiklolodela.


Zonke izitha zakho ziyakuhleka, ziyakubhuqa; zikugedlela amazinyo, zithi: “Siligwinyile, impela yilona lolu suku obekukade silulindele, manje silutholile, silubonile.”


Ufana nebhubesi elilambile, nanjengebhongo lengonyama licuthe ehlozini.


Bangikhamisela imilomo, bengiklolodela, bangishaya esihlathini, bengigcona, bayangihlanganyela.


Nkosi kuyoze kube nini ubukela na? Sindisa impilo yami ebudloveni babo, ukuphila kwami emabhubesini!


Ngisindise emlonyeni webhubesi, nasezimpondweni zenyathi; uyangiphendula.


Bonke abangibonayo bayangibhinqa, banginkonkozele, banikine amakhanda,


funa bangidwengule njengengonyama, bangidweshule kungekho ongikhululayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite