Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:11 - IsiZulu 2020

11 Uma bekwakhela uzungu, beceba okubi ngawe, abayukuphumelela;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokuba babehlosa okubi, baceba icebo; kepha bayahluleka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba baceba okubi ngawe, baceba icebo elibi abangenakulenza.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:11
18 Referans Kwoze  

Ngokuqhosha, ababi bahlupha abampofu. Mababanjwe emacebeni abawacebileyo.


Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na?


Kwathi ukuba uHerode abone ukuthi izazi zimshaye ngemfe iphindiwe, wathukuthela kakhulu. Wathumela, wabulala bonke abantwana besilisa baseBhethlehema, nasezindaweni zonke ezakhelene nalo, ababeneminyaka emibili nangaphansi, njengokwesikhathi izazi ezazimtshele sona.


Ngokuba ngikuzwile ukuhleba kwabaningi, nokwesabisa nxazonke. Baceba amacebo okumelana nami; bahlongoza ukungibulala.


wazithuma eBhethlehema, wathi: “Hambani nifike nibuzisise ngomntwana, kuyothi nxa nimtholile ningibikele ukuze nami ngiye ngiyokhuleka kuye.”


Bathi: “Wozani sibaqothule, bangabe besaba yisizwe, negama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.”


Ngokuba abalukhulumi uxolo, kepha baceba amacebo okukhohlisa, babaqambele amanga abahleli ngokuthula emhlabeni.


Bafuna ukumbamba, kodwa besaba izixuku, ngokuba zazithi ungumphrofethi.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, yilawa madoda ahlela inkohlakalo, futhi eluleka kulo muzi ngezeluleko ezimbi,


Abozalo lwakhe mababhujiswe, lesulwe igama labo esizukulwaneni esisazolandela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite