Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:10 - IsiZulu 2020

10 Uzalo lwabo uyolubhubhisa emhlabeni, nesizukulwane sabo, phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Isithelo sabo uyakusichitha emhlabeni kanye nenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uzasiqeda izithelo zabo emhlabeni, lenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:10
8 Referans Kwoze  

Ngokuba uSimakade uyabuthanda ubulungiswa, abathembekileyo bakhe akabashiyi. Ubalondoloza kuze kube phakade, kodwa abozalo lwababi bazobhujiswa.


Le nto yaba yisono kuyo indlu kaJerobhowamu kangangokuthi yabhujiswa, yachithwa ebusweni bomhlaba.


Abozalo lwakhe mababhujiswe, lesulwe igama labo esizukulwaneni esisazolandela.


Ifa lendlu yakhe liyoshabalala, linyamalale ngosuku lwentukuthelo kaNkulunkulu.


“Phela bhekani nje, luyeza usuku, luvutha njengeziko. Bonke abazigqajayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi. Lolo lusuku oluzayo luyakubashisa, aluyukubashiyela mpande nagatsha,” kusho uSimakade Wamabandla.


Awusoze wahlangana nabo egodini, ngokuba waba yimbangela yencithakalo ezweni lakini; wabulala abantu bakini. Sengathi izizukulwane zezikhohlakali zingebe zisaphathwa naphakade.


Kepha umuntu oyowathinta, uyohlonyiswa ngensimbi noma ngothi lomkhonto, aze ashiswe ngomlilo angqongqe khona lapho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite