Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:1 - IsiZulu 2020

1 Simakade, inkosi iyethaba ngamandla akho; ithokoza kakhulu ngokuyihlenga kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, inkosi iyajabula ngamandla akho; iyethaba kangakanani ngensindiso yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Inkosi iyakuthokoza ngamandla akho, Jehova; futhi yeka ukuthi uyojabula kangakanani ngensindiso yakho!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:1
14 Referans Kwoze  

sibhekile kuJesu ongumqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi esikhundleni sentokozo ayibekelweyo, wathwala isiphambano engalinaki ihlazo, wahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


“Uphi lowo ozelwe eyinkosi yabaJuda na? Ngokuba siyibonile inkanyezi yakhe empumalanga, ngakho-ke size ukuzokhuleka kuye.”


Ukuhlengwa kwami nodumo lwami kukuNkulunkulu, idwala lami eliqinileyo, isiphephelo sami sikuNkulunkulu.


USimakade ungamandla ami, nesihlangu sami, inhliziyo yami yethembele kuye, yingakho ngisizakele, inhliziyo yami iyethaba. Ngizomdumisa ngehubo lami.


“Mina ngiyibekile inkosi yami, entabeni yami engcwele iZiyoni.”


Nkosi enamandla, mthandi wokulungileyo, uqinise ubuqotho, waphakamisa ubulungiswa nokulunga kwaJakobe.


Wozani simhubele uSimakade, silihlokomele ngenjabulo idwala lensindiso yethu.


Nkulunkulu, wangifundisa kwasebusheni bami, namanje ngisamemezela ngemisebenzi yakho emangalisayo.


Kepha inkosi izothokoza ngoNkulunkulu, bonke abafunga Yena bayomdumisa, ngokuba imilomo yabakhuluma amanga izovalwa.


Sindisa, Simakade! INkosi mayisiphendule ngosuku lokukhala kwethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite