Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 20:3 - IsiZulu 2020

3 Makayikhumbule yonke iminikelo yakho, awemukele umnikelo wakho wokushiswa. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Makakhumbule yonke iminikelo yakho yokudliwa, awamukele umnikelo wakho wokushiswa. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Khumbula yonke iminikelo yakho, wamukele umnikelo wakho wokushiswa; Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 20:3
11 Referans Kwoze  

Khona uzojabulela iminikelo yokulunga engeyokushiswa naleyo eshiswa yonke, banikele nangezinkunzi phezu kwe-althare lakho.


Wayigqolozela enovalo, wathi: “Kwenzenjani, Nkosi na?” Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kwenyukile, kwaba yisikhumbuzo phambi kukaNkulunkulu.


Kwathi lapho uSolomoni eseqedile ukukhuleka, kwehla umlilo ezulwini, wadla umnikelo wokushiswa nemihlatshelo; inkazimulo kaSimakade yagcwalisa indlu.


U-Abela naye waletha amazibulo emfuyo yakhe, wanikela ngezitho zawo ezinonileyo. USimakade wamnaka u-Abela nomnikelo wakhe,


Nani njengamatshe aphilileyo, nakhiwe nibe yindlu yokomoya, ubuphristi obungcwele, ukuze ninikele ngemihlatshelo yokomoya eyamukelekayo kuNkulunkulu, ngaye uJesu Khristu.


nihambe othandweni, njengoba uKhristu wasithanda, wazinikela ngenxa yethu, ukuba abe ngumnikelo; umhlatshelo, nephunga elimnandi kuNkulunkulu.


Yonke imihlambi eKedari iyoqoqelwa kuwe, nezinqama eNebhayothi ziyakukukhonza, ziyakukhuphukela e-althare lami ngokuthanda kwami; ngiyenze ibe yinhle indlu yodumo lwami.


UDavide wamakhela lapho uSimakade i-althare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula, wakhuleka kuSimakade. USimakade esezulwini waphendula ngomlilo e-althare leminikelo wokushiswa.


Kwaphuma umlilo phambi kukaSimakade, waqothula umnikelo wokushiswa, namanoni okwakuse-althare; abantu bonke bekubona lokho, bakhamuluka, bakhothama phansi ngobuso.


Sengathi uSimakade angakubusisa eseZiyoni, ubone impumelelo yeJerusalema, zonke izinsuku zokuphila kwakho,


USimakade makakubusise eseZiyoni, Yena owenze izulu nomhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite