Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 2:1 - IsiZulu 2020

1 Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bazindle ngokuyize na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kungani abezizwe bexokozela, nabantu bacabange okuyize na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 2:1
21 Referans Kwoze  

Ayakulwa neWundlu; iWundlu liwanqobe, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, likanye nabanalo ababiziweyo balo, abakhethiweyo nabathembekileyo.”


Izizwe ziyaxokozela, imibuso iyazamazama; uphumisela izwi lakhe, umhlaba uncibilike.


Uma bekwakhela uzungu, beceba okubi ngawe, abayukuphumelela;


“Kepha abalimi, beyibona indodana yakhe, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Le yindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’


Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.


Ngibacolisisa okothuli lupheshulwa yisiphepho, ngibashabalalisa okodaka emgwaqweni.


Kuthe sebekuzwile lokho bathukuthela, bafuna ukubabulala.


Izakukhashelwa kwabezizwe, iklolodelwe, iphathwe kabi, ikhafulelwe ngamathe,


Isixuku sabavukela, izinduna zayalela ukuba bakhunyulwe izingubo, bashaywe ngezinduku.


Bathokoza, base bevumelana naye ngokumkhokhela imali.


USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela


Nkosi ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikuhashe phakathi kwezizwe.


Ungakhohlwa yizwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo kuya ngokuya kwenyukela.


Ngobuqili, benza uzungu ngabantu bakho, baceba ukulwa nabafihliweyo bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite