Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:50 - IsiZulu 2020

50 Uyenza ibe nkulu insindiso enkosini, wenza isihe kogcotshiweyo wakhe, kuDavide nabozalo lwakhe kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Uyenza insindiso ibe nkulu enkosini yakhe; uyenza umusa kogcotshiweyo wakhe uDavide nasenzalweni yakhe kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

50 Unika inkosi yakhe ukukhululwa okukhulu; futhi ubonise umusa kogcotshiweyo wakhe, kuDavide nenzalo yakhe kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:50
20 Referans Kwoze  

Nguye opha amakhosi insindiso, osindisa inceku yakhe, uDavide, enkembeni yababi.


Nguye oyakukwakhela iGama lami indlu; ngiyakusiqinisa isihlalo sombuso wakhe kuze kube phakade.


Ngokuba izipho zomusa nokubiza kukaNkulunkulu akaguquki kukho.


Ngenxa yenceku yakho uDavide mawungabufulathelisi ubuso bakho kogcotshiweyo wakho.


Manje-ke izithembiso zanikwa u-Abhrahama nolibo lwakhe; akasho ukuthi: “Olibeni,” eqonde abaningi, kodwa eqondise koyedwa, nasolibeni lwakho, olunguKhristu.


Yasiphakamisela uphondo lwensindiso endlini kaDavide, inceku yayo,


“Mina ngiyibekile inkosi yami, entabeni yami engcwele iZiyoni.”


ake uvume ukubusisa indlu yenceku yakho, ukuba ibe phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba okubusisile Wena Simakade, kubusisekile kuze kube phakade.”


Abamelana noSimakade bayakuphahlazwa; uyakuduma phezu kwabo esezulwini. USimakade uyakwehlulela amajukujuku omhlaba, aphe inkosi yakhe amandla, ogcotshiweyo wakhe amphakamise.”


mayelana neNdodana yakhe evela olibeni lukaDavide ngokwenyama,


USimakade wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nina uSawule na? Ngimlahlile, ngeke esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngikuthuma kuJese waseBhethlehema, ngokuba ngizibonele inkosi phakathi kwamadodana akhe.”


Ngokuba umusa wakho mkhulu, kuze kube sezulwini, nokwethembeka kwakho, kuze kube semafini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite