Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:38 - IsiZulu 2020

38 Ngazilimaza, azakwazi ukuvuka, zawa phansi kwezinyawo zami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Ngaziphahlaza, zaze zahluleka ukuvuka; zawa phansi kwezinyawo zami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Ngabalimaza ukuze bangakwazi ukusukuma; zawa phansi kwezinyawo zami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:38
13 Referans Kwoze  

Izizwe wazithobisa zaba phansi kwethu, nabantu phansi kwezinyawo zethu.


Bheka, abenzi bobubi bawile, baqunjwe phansi, abaseyukuvuka.


Ngaziqeda, ngaziphahlaza, zaze zehluleka ukuvuka; zawa phansi kwezinyawo zami.


UDavide wababulala kusukela ekushoneni kwelanga kwaze kwahlwa ngakusasa, akuphunyukanga muntu kubo ngaphandle kwezinsizwa ezingama-400 ezagibela amakameli, zabaleka.


UDavide namabutho akhe baya eKheyila, balwa namaFilisti, badla izinkomo zawo, bawashaya bawaqothula. Wayesezihlenga uDavide izakhamuzi zaseKheyila.


“USimakade uyozenza izitha ezikuvukelayo ukuba zehlulwe phambi kwakho, ziyakuza kuwe zivela ngasendaweni eyodwa, kodwa ziyakubaleka ngezindlela eziyisikhombisa.


Ngesikhathi sentukuthelo yakho, uyobenza bafane nesithando somlilo. USimakade uyobasobozela ngentukuthelo yakhe, umlilo ubashwabadele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite