Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:36 - IsiZulu 2020

36 Wandisile izinyathelo zami phansi kwami, namaqakala ami awabhinyikanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Amabanga okunyathela kwami uwandisile; amaqakala ami awaxegi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Wavula izinyawo zami phansi kwami, ukuze izinyawo zami zingasheleli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:36
9 Referans Kwoze  

Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyukuthiywa yilutho, nalapho ugijima awuyukukhubeka.


Wandise izinyathelo zami, ukuze amaqakala ami angaxegi.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


“Impela uyakukukhulula osizini, akubeke endaweni ebanzi, lapho kungekho ukunyinyeka khona, kubekwe okunonile etafuleni lakho.


Nginombhabhadiso engizakubhabhadiswa ngawo; ngikhathazekile kakhulu, uze ufezeke.


Izinyathelo zaso ezinamandla ziyafinyezwa, namasu aso asiqumbe phansi.


Kepha abazingela umphefumulo wami ukuba bawenzakalise, bazokwehlela ezindaweni zomhlaba eziphansi.


Ungesabi, ngokuba Mina nginawe; ungabi naluvalo, ngokuba Mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite