Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:32 - IsiZulu 2020

32 UNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami iphelele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 uNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami ilunge;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 NguNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami iphelele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:32
8 Referans Kwoze  

kungesikho ukuthi kukhona thina esingakukhomba sithi kuvela kithi, kodwa amandla ethu avela kuNkulunkulu,


Mina nginguSimakade, akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami; ngiyakukubhincisa noma ungazange ungazi,


USimakade ungamandla ami, nesihlangu sami, inhliziyo yami yethembele kuye, yingakho ngisizakele, inhliziyo yami iyethaba. Ngizomdumisa ngehubo lami.


UNkulunkulu uyangibhincisa amandla; indlela yami uyenza iqonde.


uyothi kuSimakade: “Uyisiphephelo sami nenqaba yami, unguNkulunkulu wami engethembele kuye.”


USimakade uyiNkosi, wembethe ubukhosi, uSimakade uvunule, ubhince amandla. Izwe ulimise laqina, alinakunyakaziswa.


Kwaphinde kwaqubuka impi, uDavide waphuma wayokulwa namaFilisti, wabulala amaningi; asindayo acela empunzini.


Ningabi naluvalo, ningesabi; angimemezelanga yini kusukela emandulo, nganazisa na? Nina ningofakazi bami. Ukhona yini uNkulunkulu ngaphandle kwami na? Qha, alikho iDwala; angilazi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite