Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:25 - IsiZulu 2020

25 Uhlala ethembekile kulabo abethembekile kuye, abangenasici ubavuza ngezipho ezipheleleyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kothembekileyo uyazibonakalisa uthembekile; kumuntu oqotho uzibonakalisa uqotho;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Konesihawu nawe uyakuba nomusa; endodeni eqotho uzozibonakalisa uqotho;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:25
14 Referans Kwoze  

Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


nobubele bungobakho, Nkosi. Umuntu umvuza ngangokwenza kwakhe.


Benqaba ukukulalela, abaze bazikhumbula izimangaliso owazenza phakathi kwabo, kepha baqinisa amakhanda, bazimisela ukubuyela ebugqileni. Kodwa Wena unguNkulunkulu othethelelayo; onomusa nesihe, uyephuza ukuthukuthela, ugcwele isihawu, ngakho-ke awuzange ubalahle,


Pho siyakuthini na? Ukuthi kukhona ukungalungi kuNkulunkulu na? Qha nakanye.


Indlela yabalungileyo iqondile, Wena Olungileyo uyenza ibe bushelelezi indlela yoqotho.


mawuzwe Wena usezulwini, wenze, wehlulele izinceku zakho, kulahlwe ngecala omubi, ubeke indlela yakhe phezu kwekhanda lakhe, ukhulule olungileyo, umnike njengokulunga kwakhe.


uma uhlambulukile, uqotho, Yena uyokubheka, akubuyisele endaweni yakho efaneleyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite