Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 18:19 - IsiZulu 2020

19 Ungikhululile kuzona; wangisindisa ngoba engithanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wangiphumisela endaweni ebanzi; wangikhulula, ngokuba ebethokoza ngami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wangikhipha wangiyisa endaweni enkulu; Wangisindisa, ngokuba wayethokozile ngami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 18:19
8 Referans Kwoze  

Osizini lwami ngakhuleka kuSimakade, uSimakade wangiphendula, wangihola endaweni ebanzi.


awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.


Wandisile izinyathelo zami phansi kwami, namaqakala ami awabhinyikanga.


Wangikhipha emgodini wokubhujiswa, odakeni olubishayo, izinyawo zami wazibeka edwaleni, wavikela izinyathelo zami.


“Impela uyakukukhulula osizini, akubeke endaweni ebanzi, lapho kungekho ukunyinyeka khona, kubekwe okunonile etafuleni lakho.


USimakade uyaziqinisa izinyathelo zomuntu lapho eyithanda indlela yakhe.


Makabongwe uSimakade uNkulunkulu wakho okwenamele wakubeka esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli, ngokuba uSimakade wamthanda u-Israyeli kuze kube phakade, ngalokho wakubeka ukuba ube yinkosi ukuze wenze ukwehlulela nokulunga.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite