Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 17:9 - IsiZulu 2020

9 kwababi abangicindezelayo, nasezitheni zami ezingihaqileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 kubo ababi abangilimazayo, kuzo izitha zokuphila kwami ezingihaqileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kubabi abangicindezelayo, nasezitheni zami ezibulalayo ezingihaqileyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 17:9
8 Referans Kwoze  

Ngokuba bangakhele ugobe ngaphandle kwesizathu, bayimbele umgodi impilo yami ngaphandle kwesisusa.


Mabajabhe, balulazeke abazingela ukuphila kwami. Mababuyiselwe emuva benxothozela abaceba okubi ngami.


Okuhle engikwenzile bakubuyisela ngokubi, inhliziyo yami bayiswabisile.


Ubafihla emphemeni wobukhona bakho, ezigungwini zababakhela uzungu. Ubagcina bephephile edokodweni lakho, olimini olumbaxambili.


isitha sami masiyizingele impilo yami, singifice. Siyidovadove phansi emhlabathini impilo yami, sidicilele phansi othulini isithunzi sami. Sela


Ngiyakubamisela indawo abantu bami, u-Israyeli, ngibatshale ukuba bahlale endaweni yabo, bangaphinde bakhathazwe nakukhathazwa ngababi bababhubhise njengakuqala,


Futhi-ke baba, awubheke nanku umphetho wengubo yakho esandleni sami ngokuba ngiwusikile, angikubulalanga. Yazi, ubone ukuthi akukho nhloso embi kimi ngawe; angikonanga ngalutho, kodwa nguwe ozingela impilo yami ukuze ungibulale.


USawule wahamba ngapha kwentaba, uDavide nabantu bakhe bahamba ngale kwentaba. UDavide washesha wambalekela uSawule, ngokuba uSawule nabantu bakhe bamhaqa uDavide nabantu bakhe ukuze bababambe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite