Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 17:5 - IsiZulu 2020

5 Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izinyathelo zami zinamathela ezinyaweni zakho, izinyawo zami azisheleli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Gcina izindlela zami ezindleleni zakho, ukuze izinyathelo zami zingasheleli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 17:5
12 Referans Kwoze  

Izinhliziyo zethu azikufulathelanga, izinyathelo zethu aziphambukanga endleleni yakho,


Izinyathelo zami ziqinise ezwini lakho; mangingabuswa nayinye inkohlakalo.


USimakade uzokuvikela kukho konke okubi, awugcine umphefumulo wakho.


Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli.


Ngokuba ngathi: “Labo abazikhukhumeza ngami, mabangajabuli ngami, lapho unyawo lwami lushelela.”


Wandisile izinyathelo zami phansi kwami, namaqakala ami awabhinyikanga.


Lapho ngithi unyawo lwami lushibilikile, umusa wakho, Simakade, wangiphasa.


“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kodwa izikhohlakali ziyakubhujiswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakuphumelela ngamandla akhe odwa.


Simakade, ngiyazi ukuthi indlela yomuntu ayikho ezandleni zakhe ukuba aqondise izinyathelo zakhe uma ehamba.


Unyawo lwami lunamathele ezinyathelweni zakhe; ngiyigcinile indlela yakhe, angiphambukanga.


Ngazixosha izitha zami, ngazifica, angibuyanga ngaze ngaziqede nya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite