Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 150:4 - IsiZulu 2020

4 Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezigubhu ezinezintambo ezilishumi, nemitshingo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezingubhu ezinezintambo eziyishumi nemitshingo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezingubhu ezinezintambo nezingubhu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 150:4
10 Referans Kwoze  

Mabadumise igama lakhe ngokusina, bamhubele ngesigubhu nehabhu,


USimakade uyakungisindisa; ngalokho siyakucula sisine zonke izinsuku zokuhamba kwethu endlini kaSimakade.


Kwase kusuka uMiriyamu umphrofethikazi, udadewabo ka-Aroni, wathatha ithamborini ngesandla sakhe; waphuma nabo bonke abesifazane emva kwakhe, bephethe amathamborini, besina.


Ngiyakuhlabelela kuwe Nkulunkulu isihlabelelo esisha, ngogubhu olunezintambo ezilishumi, ngiyakukuhubela.


nokushaya ugubhu olunezintambo ezilishumi, umqangala nohabhu okuzwakala kamnandi.


Ihabhu lami seliphenduke isililo, nomtshingo wami uyizwi labakhalayo.”


Zonke izingubo zakho ziqholwe ngemure nenhlaba nekhasiya. Imiqangala evela ezigodlweni zophondo lwendlovu iyakwethabisa.


Mbongeni uSimakade ngomqangala, nimculele ngehabhu elinezintambo ezilishumi.


Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu, bathokoza ngomsindo womtshingo.


USimakade iNkosi, ungamandla ami, wenza izinyawo zami zibe njengezendluzela, enze ngihambe ezindaweni zami eziphakemeyo. Kumholi wokuhlabelelisa ngohabhu lwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite