Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 148:10 - IsiZulu 2020

10 nani zilwane nemfuyo yonke, nani eninwabuzelayo nezinyoni ezindizayo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 nani zilwane nezinkomo zonke, nani eninwabuzelayo nezinyoni ezindizayo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 izilwane nezinkomo zonke; izinto ezinwabuzelayo nezinyoni ezindizayo:

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 148:10
7 Referans Kwoze  

ngilitshale esicongweni sentaba yakwa-Israyeli; lihlume amagatsha, lithele izithelo, libe ngumsedari omuhle; kuhlale phansi kwamagatsha awo zonke izinyoni ezinhlobonhlobo, zihlale emthunzini wamagatsha awo.


Konke okuphefumulayo makudumise uSimakade. Haleluya!


Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.


Kwangena zonke izilwane zasendle ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, ezihuquzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo, nazo zonke izinyoni zezulu ngezinhlobo zazo, nakho konke okunamaphiko.


Izilwane zasendle: izimpisi nezintshe kuzongidumisa, ngokuba ngiveze amanzi ehlane nemifula kwahlongasibi, ukuphuzisa abantu bami engibakhethileyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite