Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 148:1 - IsiZulu 2020

1 Haleluya! Dumisani uSimakade ezulwini, nimdumise kweliphezulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Haleluya! Dumisani uJehova ezulwini, nimdumise kweliphezulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Dumisani uJehova. Dumisani uJehova ezulwini, nimdumise ezindaweni eziphakemeyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 148:1
8 Referans Kwoze  

Simakade, izimangaliso zakho ziyodunyiswa ngamazulu, ukwethembeka kwakho, ebandleni labangcwele.


Izulu nomhlaba makumbonge, izilwandle nakho konke okuphila kukho.


Jabulani mazulu, uthokoze nawe mhlaba, qhumukani zintaba, nihube, ngokuba uSimakade ubaduduzile abantu bakhe, unozwelo kwabahluphekileyo bakhe.


Haleluya! Dumisa uSimakade, mphefumulo wami.


Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zazimemeza zithi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiswe ozayo egameni leNkosi. Hosana kweliphezulu!”


Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite