Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:21 - IsiZulu 2020

21 Umlomo wami uyokhuluma ngodumo lukaSimakade, abantu bonke babonge igama lakhe elingcwele kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Umlomo wami uyakukhuluma udumo lukaJehova, inyama yonke ibonge igama lakhe elingcwele kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Umlomo wami uyakumemezela udumo lukaJehova, inyama yonke ilidumise igama lakhe elingcwele kuze kube phakade naphakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:21
16 Referans Kwoze  

Usuku lonke, umlomo wami ugcwele ukukubonga nokukubabaza.


Konke okuphefumulayo makudumise uSimakade. Haleluya!


Nkosi, vula izindebe zami, ukuze umlomo wami ulande ngodumo lwakho.


ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungaphezi. Simakade, Nkulunkulu wami, ngizokubonga kuze kube phakade.


Ngiyakuzindla ngenkazimulo nodumo lobukhosi bakho nangezimangaliso zakho.


Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.


Ngizohlabelela ngomusa kaSimakade kuze kube phakade, ngomlomo wami, ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukwethembeka kwakho.


Zonke izizwe ozidalileyo zizofika, zikhuleke phambi kwakho, Nkosi, zidumise igama lakho,


Umlomo wami uzolanda ngokulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke, ngokuba anginakukubala.


Wena oyizwayo imikhuleko, bonke abantu beza kuwe.


Ngokuba uNkulunkulu uzolisindisa iZiyoni, ayakhe imizi yakwaJuda, bahlale kuyo, libe yifa labo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite