Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:14 - IsiZulu 2020

14 USimakade uyabaphasa bonke abawayo, abaphakamise bonke abathotshisiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJehova uyaphasa bonke abawayo, abavuse bonke abathotshisiweyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJehova uyabasekela bonke abawayo, uyabavusa bonke abathotshisiweyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:14
8 Referans Kwoze  

USimakade uyawavula amehlo ezimpumputhe, zibone. USimakade uyabavusa abathotshisiweyo. USimakade uyabathanda abalungileyo.


Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.


Lapho ngithi unyawo lwami lushibilikile, umusa wakho, Simakade, wangiphasa.


Ngisekele, ngize ngisindiswe, ukuze ngiqikelele ukugcina izimiso zakho njalo.


Mphefumulo wami, kungani udangele, uyaluza ngaphakathi kimi na? Themba uNkulunkulu, ngokuba ngisazomdumisa ngokusindisa kobukhona bakhe.


Ngikhonkobele, ngithotshisiwe, usuku lonke ngiyazulazula, ngilila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite