Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 145:12 - IsiZulu 2020

12 ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakhe zamandla nobukhosi benkazimulo yombuso wakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 145:12
15 Referans Kwoze  

Bongani uSimakade, nibize igama lakhe, izenzo zakhe nizazise phakathi kwabantu.


Ngase ngizwa izwi elikhulu livela ezulwini lithi: “Manje isifikile insindiso, namandla, nobukhosi bukaNkulunkulu wethu, negunya likaKhristu wakhe, ngokuba usephonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu, obamangalela phambi kukaNkulunkulu imini nobusuku.


UJesu wasondela, wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla wonke ezulwini nasemhlabeni.


Ngubani ongalanda ngezenzo zamandla kaSimakade, ezwakalise lonke udumo lwakhe na?


Khumbulani izimangaliso zakhe azenzileyo, nezibonakaliso zakhe, nezehlulelo zomlomo wakhe,


Hubelani uSimakade ihubo elisha, ngokuba wenze izimangaliso, esokunene sakhe nengalo yakhe engcwele kumzuzele ukunqoba.


Abantu bakhe ubabonise amandla emisebenzi yakhe, ngokubapha ifa labezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite