Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:2 - IsiZulu 2020

2 umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa izizwe phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa abantu bami phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umusa wami nenqaba yami; umbhoshongo wami ophakeme nomsindisi wami; isihlangu sami nalowo engimethembayo; othobisa abantu bami phansi kwami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:2
10 Referans Kwoze  

uyothi kuSimakade: “Uyisiphephelo sami nenqaba yami, unguNkulunkulu wami engethembele kuye.”


Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


Ngenxa yamandla akho, ngizokulindela, ngokuba uNkulunkulu uyinqaba yami.


Simakade, mandla ami nenqaba yami, siphephelo sami ngosuku lokuhlupheka, bayakuza kuwe abezizwe, bevela emajukujukwini omhlaba, bathi: “Obaba badla ifa elingamanga kuphela, okuyize, okungenanzuzo.


Wena Nkulunkulu, Sihlangu sethu, bheka, ubuke ubuso bogcotshiweyo wakho.


UNkulunkulu owangiphindiselela, wenza izizwe zakhonza phansi kwami.


Abantu bakho bayokuza kuwe, behlobe ngemvunulo engcwele, bayovela njengombethe entathakusa.


Igama likaSimakade lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite