Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 144:10 - IsiZulu 2020

10 Nguye opha amakhosi insindiso, osindisa inceku yakhe, uDavide, enkembeni yababi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni elimazayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni eyingozi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 144:10
12 Referans Kwoze  

Uyenza ibe nkulu insindiso enkosini, wenza isihe kogcotshiweyo wakhe, kuDavide nabozalo lwakhe kuze kube phakade.


Simakade, Nkosi yami, mandla ensindiso yami, uvikela ikhanda lami ngosuku lwempi.


UNahamani, umkhuzi wempi yenkosi yase-Aramu, wayengumuntu omkhulu phambi kwenkosi yakhe, otusekayo, ngokuba uSimakade wayenze ukuba i-Aramu linqobe ngaye, futhi wayeyiqhawe elinamandla, kodwa wayenochoko.


Ngenxa yenceku yakho uDavide mawungabufulathelisi ubuso bakho kogcotshiweyo wakho.


Simakade, ungazivumeli izifiso zezikhohlakali, ungawaphumelelisi amacebo azo, funa zizikhukhumeze. Sela


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite