Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 143:6 - IsiZulu 2020

6 Izandla zami ngizelulela kuwe, umphefumulo wami womela Wena njengomhlaba owomileyo. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womela wena njengomhlaba owomileyo. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womele wena njengezwe elomileyo. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 143:6
13 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, Wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna. Umphefumulo wami womele Wena, umzimba wami ulangazelela Wena, ezweni eligagadekileyo, lapho kungekho khona amanzi.


“Uma uqondisa kahle inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye,


Iso lami liyafa wusizi, ngikhala kuwe, Simakade imihla yonke, izandla zami ngizelulela kuwe.


Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaSimakade. Inhliziyo yami nomzimba wami kuhuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.


Uma singakhohlwa yigama likaNkulunkulu wethu, noma izandla zethu sizivulele unkulunkulu ongaziwa,


Isihlabathi esishisayo siyophenduka ichibi, umhlabathi owomileyo ube yimithombo yamanzi; ikhaya lezimpungushe liyophenduka ixhaphozi, utshani bube ngumhlanga nekhwani.


Kepha ngosuku lomkhosi lokugcina, uJesu wasukuma wamemeza, wathi: “Uma kukhona owomileyo, makeze kimi, aphuze.


UMose wathi kuye: “Lapho nje ngiphuma emzini ngizokwelulela izandla zami kuSimakade; ukuduma kuzophela, singabe sisehla nesichotho, ukuze wazi ukuthi umhlaba ungokaSimakade.


Njengesigqila silangazelela ithunzi, nosebenzayo elindele umholo wakhe,


Izinyembezi zami zingukudla kwami imini nobusuku, ngokuba usuku lonke bathi kimi: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Uyakubenzela yini abafileyo isimangaliso na? Izithunzi ziyovuka yini zikubonge na? Sela


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite