Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 142:1 - IsiZulu 2020

1 Ngezwi lami ngikhala kuSimakade, ngezwi lami nginxusa uSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngiyakhala kuJehova ngezwi lami, ngincenga uJehova ngezwi lami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 IMaskili likaDavide, umkhuleko esemhumeni. Ngambiza uJehova ngezwi lami; ngezwi lami kuJehova ngiyamncenga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 142:1
12 Referans Kwoze  

Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngihawukele. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe. Ngizokhosela emthunzini wamaphiko akho, zize zedlule izinhlekelele.


Ngakhala kuwe Simakade, nganxusa Nkosi yami, ngathi:


Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe.


UJabhezi wakhuleka kuNkulunkulu ka-Israyeli, wathi: “Sengathi ungangibusisa nokungibusisa, wandise umngcele wami, isandla sakho sibe nami, ungivikele ebubini, ngingehlelwa wubuhlungu.” UNkulunkulu wamnika akucelayo.


Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngamandla akho ungehlulele.


Ubusisiwe umuntu osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sesuliwe.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, njengoba ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


Wafika ezibayeni zezimvu ezaziseceleni kwendlela, kwakukhona umgede lapho; uSawule waphambukela khona ukuba ayozembesa izinyawo. UDavide nabantu bakhe babehlezi emuva phakathi emgedeni.


izwe lalingabafanele, bahamba emahlane, ezintabeni, emihumeni nasemigedeni yomhlaba.


Abantu bakaDavide bathi kuye: “Bheka, nantu usuku uSimakade akhuluma ngalo kuwe, ethi: ‘Uyabona-ke, ngiyakunikela isitha sakho esandleni sakho, wenze okubona kukuhle kuwe.’ ” Wayesesuka uDavide, wasika ngasese umphetho wengubo kaSawule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite