Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 141:8 - IsiZulu 2020

8 Amehlo ami akuwe Simakade, Nkosi yami, mina ngiphephela kuwe, uze ungangishiyi ngingenamvikeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha amehlo ami akuwe Jehova Nkosi yami; ngiyakwethemba wena; ungathululi umphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha amehlo ami akuwe Jehova; ithemba lami likuWe; ungawushiyi umphefumulo wami ekusweleni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 141:8
9 Referans Kwoze  

Nkulunkulu wethu, awuyukubehlulela yini na? Ngokuba thina asinawo amandla okubhekana nalesi sixuku esikhulu kangaka esizayo. Futhi asazi ukuthi sizokwenzenjani, kodwa amehlo ethu abheke kuwe.”


“Abampofu nabaswelayo bafuna amanzi, kodwa abawafumani, ulimi lwabo lugagadekile wukoma; Mina Simakade ngiyakubaphendula, Mina Nkulunkulu ka-Israyeli angiyukubashiya.


“Angiyukunishiya niyizintandane, kodwa ngiyakubuya ngize kini;


Wawunaka umkhuleko wabangenalutho, akaze awedelela umthandazo wabo.


Yangeni indodana, funa ithukuthele, bese nibhubha endleleni, ngokuba ulaka lwayo luvutha masinyane. Kepha babusisiwe bonke abaphephela kuyo.


Ngiphephela kuwe Simakade; uyisiphephelo sami. Kungani pho nithi kimi: “Balekela ezintabeni njengenyoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite