Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:7 - IsiZulu 2020

7 Ngiyakuya kuphi, ngisuke eMoyeni wakho na? Ngiyakubalekelaphi, ngisuke phambi kwakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngiyakuyaphi, ngisuke emoyeni wakho, na? Ngiyakubalekelaphi, ngimuke ebusweni bakho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngiyakuyaphi ngisuka emoyeni wakho na? noma ngingabalekelaphi ebusweni bakho na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:7
5 Referans Kwoze  

Kodwa uJona wasuka, wabaleka phambi kukaSimakade, walibhekisa eTharishishi. Wehlela eJopha, wathola umkhumbi owawuya eTharishishi. Eseyikhokhile imali, wagibela kuwo elibhekise eTharishishi, ukuba suke phambi kukaSimakade.


Athi angezwa lokhu amatilosi esaba kakhulu, ayesethi kuye: “Wenzeni na?” (Ambuza kanjalo ngoba ayazi ukuthi ubalekela uSimakade ngoba wayeke wawaxoxela ngaphambilini.)


Kepha uPhethro wathi kuye: “Kungani nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Uyabona-ke, izinyawo zabangcwabe umyeni wakho zisemnyango, nawe-ke bazakukukhiphela phandle.”


Uthi wena: ‘UNkulunkulu wazini na? Angehlulela yini engale kwesigayegaye na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite