AmaHubo 135:14 - IsiZulu 202014 Ngokuba uSimakade uyokwehlulela abantu bakhe, azihawukele izinceku zakhe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Ngokuba uJehova uyakwahlulela abantu bakhe, ahawukele izinceku zakhe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202414 Ngoba uJehova uyakwahlulela abantu bakhe, futhi uyozisola ngezinceku zakhe. Gade chapit la |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.