Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 126:6 - IsiZulu 2020

6 Lowo ohamba ekhala, ephethe imbewu, uyakubuya ngokuthokoza, ethwele izinyanda zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ohamba ekhala izinyembezi, ephethe imbewu yokuhlwanyela, uyakubuya ngokuthokoza, ephethe izinyanda zakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ophuma ekhala ethwele imbewu eyigugu uyakubuya ngokuthokoza, alethe izinyanda zakhe;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 126:6
10 Referans Kwoze  

Ngokuba intukuthelo yakhe ingeyesikhashana, umusa wakhe umi ingunaphakade. Ukulila kungadonsa kuze kuhlwe; injabulo iqhamuke ekuseni.


ngenze ukuba abalilayo eZiyoni baphiwe amaqhiya esikhundleni somlotha; amafutha enjabulo esikhundleni sokulila; ingubo yokudumisa esikhundleni somoya odangeleyo; ukuze babizwe ngokuthi yimithi yokulunga, nokutshalwe nguSimakade, ukuze adunyiswe.


Mina ngathi lapho ngiphumelela: “Angisoze nganyakaziswa naphakade.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite