Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 122:7 - IsiZulu 2020

7 Makube nokuthula phakathi kwezingange zakho, nempumelelo ezigodlweni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Makube khona ukuthula phakathi kwezingange zakho, nenhlanhla ezindlini zakho zobukhosi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ukuthula kuphakathi kwezindonga zakho nempumelelo phakathi kwezigodlo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 122:7
7 Referans Kwoze  

“Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami nginipha khona. Ukunipha kwami akufani nokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, futhi ingesabi.


Kepha isithelo sokulunga sihlwanyelwa ngokuthula yilabo abenza ukuthula.


Bonke abantwana bakho bayakufundiswa nguSimakade, kube nokuthula okukhulu kubantwana bakho.


UNkulunkulu uyaziwa ezigodlweni ukuthi uyinqaba.


Umbuso wakhe uyokwanda njalo, ukuthula kungaze kwaphela esihlalweni sobukhosi sikaDavide nasembusweni wakhe, ukuze usekelwe, umiswe ngobulungiswa nangobuqotho, kusukela manje kuze kube phakade. Intshisekelo kaSimakade Wamabandla iyokwenza lokho.


Qaphelani izindonga zalo, nidabule ezigodlweni zalo, ukuze nilandise ngalo isizukulwane esisazozalwa,


Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi, owayeyinhloko yabangama-30, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho ukusizile.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite