Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 120:7 - IsiZulu 2020

7 Mina ngingowokuthula, kodwa uma ngikhuluma, bayalwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngingowokuthula; kepha uma ngikhuluma, bangabalwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mina ngingowokuthula, kepha lapho ngikhuluma, bona babe ngezokulwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 120:7
12 Referans Kwoze  

Babusisiwe abalamulayo, ngokuba bayakuthiwa ngabantwana bakaNkulunkulu.


Ngenxa yothando lwami bayangizonda, mina ngisemkhulekweni njalo.


Phokophelelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa; ongenakho akasoze ayibone iNkosi.


Uma kungenzeka, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


Gwema okubi, wenze okuhle; funa ukuthula, ukuphokophelele.


Ugadla kulabo ahlalisene kahle nabo, usijivazile isivumelwano sakhe,


Ngokuba abalukhulumi uxolo, kepha baceba amacebo okukhohlisa, babaqambele amanga abahleli ngokuthula emhlabeni.


Mina ngingowokuthula nothembekile kwa-Israyeli. Kungani ufuna ukubhubhisa umuzi ongunina ka-Israyeli na? Yini ufune ukudla ifa likaSimakade na?”


UJeftha waphinda wathumela izithunywa enkosini yabakwa-Amoni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite