Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 12:8 - IsiZulu 2020

8 Izikhohlakali zehla zenyuka, zibukisa, njengoba ububi budlangile nje phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abangamesabi uNkulunkulu bayashanguza nxazonke, lapho amanyala ephakeme kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ababi bagijima nxazonke, lapho abanamahloni kakhulu bephakeme.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 12:8
11 Referans Kwoze  

Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izikhulu zakhe ziyakhohlakala.


Izimiso zika-Omri ziyalandelwa, nayo yonke imisebenzi yendlu ka-Ahabi nihambe ngayo, ngokwamacebo abo, ngalokho-ke ngiyakunenza incithakalo, nezakhamuzi into enximfelwayo, niyakuthwala ihlazo labantu bami.”


U-Efrayimi ucindezelwe, uchotshoziwe ngokwehlulelwa, ngokuba wazimisela ukulandela umyalo oyize.


bangabantwana beziwula, abantwana babantu abangenagama, bayashaywa, baxoshwe ezweni.


“Esikhundleni sakhe kuyakuvela odelelekileyo, abangamnikanga udumo lobukhosi; uyakufika ngesikhathi sokuthula, athathe umbuso ngobuqili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite